Umkhondweni umuthi uyangena emithini lapho ufuna ukwenza isibambelelo sothando. In english mkhondweni tree is used by nguni people in south africa for varius spells including bringing back your ex lover. Mkhondweni uyasebenza uma inja yakho ihluleka ukulandela umkhondo. Umuthi wokulanda izinto ezintshontshiwe. Uyangena kumuthi wombhemiso wokubhula. Umkhondweni uyangeni kwizikhafulo.
Yazi ungazibona upheshukelwa nje kanti inkinga uthanda nomuntu onedlizi elingazwani nomfazi onemfihlo or ophatha umuthi bese nithi nithakathiwe kanti inkinga wuwe usebenzise isbambelelo wanyanyisa indlozi lalomuntu wakho bese ubuya uzothuka oMkhulu noGogo kanti udibane negagasi lolwandle lwakuhlanza So qaphela funda umuntu wakho bf umzame cz uyofa ngelinye ila usebense umuthi namhlanje ivuke indoda ebusuku isho kukuqeda ngomese kanti nguwe.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.